SyaMyeza366

Call Directions Website Contact the business

SyaMyeza366 Siyantathela asihlaziyi sibeka imbono wethu... Ngokwenzekayo emphakathini SA.

Sezincane kakhulu izinsuku ezingsalele ngi active ku social media...Sekuyothukeleka nje ningbonile...😎
09/11/2026

Sezincane kakhulu izinsuku ezingsalele ngi active ku social media...
Sekuyothukeleka nje ningbonile...😎

Ukukhuluma kulula, sikhuluma namhlanje mfana wenu akasenayo nendawo abehlala kuyo, akekho noyedwa omenzela visit kuqoqwa...
08/11/2026

Ukukhuluma kulula, sikhuluma namhlanje mfana wenu akasenayo nendawo abehlala kuyo, akekho noyedwa omenzela visit kuqoqwa imali ko tiktok sidliwe abanye.

Worse no Christmas uzowudlela ejele, akanalo ngisho visitor eliy1 othi wake wambona angitshele wambonaphi at what time.

Unjaloke umhlaba.

02/11/2026

Ewuuu izandla zedlula ikhanda...

01/11/2026

Lol ngake nganitsheli ngabantu be MKP abaphaphayo aba support March and March ukuthi, benza okuphambene neqembu labo. 👍

01/11/2026

Ewuuu ingabe ilento or...?

31/10/2026

Okuhle kuyanconywa Mholi Sizwe Mavava Sikhakhane ngyayibongela imiphakathi ezosizakala kulomnikelo owenzile.

Lol 📍
26/10/2026

Lol 📍

Nesaba abelungu base Europe nina bamashi abaxosha abokufika base Africa. Duduzani.

U Deputy President we MK indodana kaJacob Zuma, uDuduzani ilikweze phezulu emakhanda ezinhlangano ezimasha zixoshe abokufika kodwa zisaba abelungu. "Yini lama mashi kube yilawo aqonde kwabamnyama abagcwele emgwaqeni baseMalawi, Zimbabweans, Mozambicans, Congolese, Pakistanis kodwa kawalokothi eqondiswe kubelungu base Europe. Bakhona baningi futhi kabanamaphepha okuba kuleli ngokomthetho. Baphethe izindawo ezinkulu ezibizayo, kodwa niya emgwaqeni kulaba bakithi. Mawudlulele nasebelungwini umbhikisho." Kusho yena imshayela ihlombe iMK.

Address

Rankwe
Johannesburg
1421

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when SyaMyeza366 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to SyaMyeza366:

Shortcuts

Share

Category