13/08/2025
Isukaphi lento? Bundle My Joy???
Guys I recently had a baby and I was in nkandla. Kubukhuni ukuya town to buy my daughters things. The long lines ATM! Estolo nakhona futhi same thing. Angiphathi ke eye transport ngifika ebusuku ekhaya. Lapho nangu BundleOfjoy ngimuphethe uyakhala ufuna ibele, incence and I have to find indawo to change her nappy.
Kuyabanda or kuyashisa kuyafan ngizomushiya nobani? Kwakuphela R100 just on transport kuwo lo R570 kaRamaphosa and ngibuye izinto angizitholanga zonke cause uGal yahlupha and ziyabiza nazo futhi
I saw so many mothers nabo betete ingane in town and I saw the stress, sibuzana ukuthi ashibe kuphi ama nappies this month. It broke my heart cause asisebemzi but we love our kids and want izinto eziryt for them but akuhlangani!!