Awuphinde Jiyane stories

Awuphinde Jiyane stories Leli page lingokudla kwandlebe �

15/02/2024

Kusese thekwin..Gumede: uzongisizake ungitshele konke engingakwaz Uma ungenzi njalo uzongifunda ungiqonde ..MaZungu :cha myeni wam..Gumede:(emngena olimin)yey ungalinge ungi bize ngalelo ngama yezwa into engifunuk Yaz k*t ikup okunye ukuncola obukwenza emzin wam engingakwaz ...maZungu :(ngesankahla) wawufuna ngimele Leyanto owawu yenza uhamba ungabuyi ulitshelwe amabhizinisi akho wawufuna ngenzenjan mina...Gumede: ucabanguk*t ngangisuke ngiyo dlala lapho lokhukudla owawu kudla ut kwaku qhamukap uhambutshela bantu k*t mina anginanzalo kanti ubhiz ikhipha izisu zezi ngane zam kwakumele ngiku bulalale wena mfazi ndi into engifuna kuwe manje uk*t yin oyigqibe kwam fut uyigqibep ....maZungu: (ebheka phansi ayikho into engayifihla mina ...uyaz anginaso iskhat indodana yam iyafa esbhedlela skhuluma nje imsebenzi yakho mthakathi ...maZungu :(emangala) indodana ?....Gumede:wawut uqedile ngam kanti lutho ....maZungu : lengane engahamba ngikhulelwe iyakho Gumede umfana wakho loya ..Gumede :(ngolaka) ungatsheli umbhedo mina angit wakhetha ukuyo jola nosibiya eyakhek leyongane...fut awut ngifonelu bheseni maZungu:(ethuka) hau mana uzongibulala lowo baba unamandla ngizokhuluma ....Gumede:khuluma ulinden ...maZungu: ngamu gqiba emnvwakwendlu yakwa gogo ....Gumede: ( ngolaka) ngolaka uban lowo ....maZungu: (ekhuluma nesibibithwane ) umntanakho wokuqala ...Gumede:(ebheka phansi ekhokhumoya ) ini!!!...maZungu: ngyaxolisa baba ngangingaba funi abantwana ...Gumede:ilokho nje kuphela wawungabafun ....Nashathu umenzan umama we ndoda mphin kubuza uMjex esho ebeshayu Gumede ngesidulu sesibham nqanqan umama madoda ubuthi ngek ngik*thole itheku elam ayikho into eyenzakala la ngingayaz uzongitshela kahle k*t umthumbelen umama khululeka ngono gada bakho siqedile ngabo kusele wena wedwa la ...Gumede:unguban wena uyangaz mina kahle k*t nginguban ...mjex : yey wemadala anginaskhat sakho mina uyangizwa khuluma umenzan umama ....Gumede:(emkhomba) buza yena unyoko lo ... L.S.JIYANE

15/02/2024

Kusesbhedlela...Gumede:sengibuyele ntanga ingabe ukahle ...ndlonvu:(ngomunyu)ei Yaz mangibuka lomfana ekulesisimo ngibona ubuhlungu obhekene nabo ntanga kube kungu zinyo bulala pho ...Gumede:ei khona kunjalo angaz nasema tekisini ngiyafuneka esiteshin samaphoyisa ngyafuneka ..kukhali foni ka Gumede...yebo madoda ngiyeza ningasabi...Gumede: ei Yaz ndlovu ngizomele ngiphuthume kwenyi ndawo manje ...ndlonvu: ai akunankinga ngizomgada umfana ..

Kukwa Gumede...uNozipho ukhuluma yedwa ..nozipho : ngaze ngayenza inkinga no mjex naye akasayibambi fon yam mina angisazi ngenze njani nalayikhaya inkinga ziningi au kodwa ngobafana ..(emoyizela kancane) phela umjex engangi bulala umangase ezwe nje k*t ngaxegelwa ismilo ngalala nobafana angiphathike ekabafana nengoduso yakhe umangake izwe nayo k*t bafana walala nm okungixaka kakhulu ilo Gloria uk*thike yena uyisima kanjan ai kuhlanga hlangene kulo muzi.....
U Gloria usekamelwen :(ukhuluma yedwa ) mmm engat ngifike kahli mpela izinto zinga hambi kahle phela anginakwaz ukulahlekelwa ubafana wam kuzomele ngitshengise umama wakhe istifiketi Sethu somshado engaze buye ubafana esbhedlela phela ngowam kuzomele akukholwe fut akuqonde k*t mina naye soba nomntwana ngeke bengenze lutho mina ngingu Gloria Kayi one .(ahleke kancane ezibheke esbukweni)..

Kusethekwin kwelinye lezindawo uGumede ungena khona ...Gumede:(sakuba xhawula) kunjan madoda ingabe usekhona lomfaz ngibonisen yena ..(bejikela kwelinye lamagumbi ) cha ngicela ukungena ngedwa madoda ..(angene) ambuke babukane uGumede anikine ikhanda ..mazungu:(ngokuxhwaya) kanti iwena wayoyonke lento ...Gumede:yey!! Wema zungu Nami ngangit angifisi ukuphinde ngikubone lalelake uzongisiza ungiphendule mangibuza ukuze sisenzisane wangihlukumeza kakhulu mfaz ndin angaz nam ngangi lingwe yin ...maZungu:(sakubhuqa) ihee ya we Gumede uyamazi umfana wam kahle uzokufuna aze ak*thole uyangizwa ...Gumede: yey wema zungu ngasabisi ngezingane mina ..L.S.JIYANE

14/02/2024

Kusembumbulu ..uMjex uhleli nenkabi zakhe uyafona mjex:hallo ingabe u spikili lowo ...spikili:☎️ yah I mina...Mjex :wendoda uyaz mangihlanganisa inombolo la ngisola sengat uyahlangana lo gumede ngoku nyamalala kwe oledi phela umama akaze ebenesinye isitha ngaphandle kwekhe ..spikile:☎️ hau Yaz uqinisile phela uban omunye onganyamalalisa I oledi lakho fut ethi lenzeni...mjex:(ngokukhathazeka ) kodwa manje ingabe yin le u Gumede ayifuna kumama ..spikili : ☎️ei khona umbuzo omuhle lowo ..mjex :awusho angit lentwana ka Gumede usese mashidi amhlophe kuzomele usondele kuyo kuzothinta Uma uyithola ..spikili : (ngokwesaba) aikhon angikwazi ukuphindela lapha phela ukhumbule ngeqile lapha angikwaz ukubuyela lapha ..mjex : (ngesankahla ) angikubuzi mina ngifuna uye lapha esbhedlela siyezwana ..spikili: (Saku gwaja ) ok ngykuzwa ntanga ..

Kusobombo kubonakale imomnto iza izongena kwa Gumede iyoma ngase mnyango kuphume uGumede ajikele kwesekunxele asize umkakhe emkhipha emontweni batotobisane njalo beze bayo ngena endlini abahlangabeze inozipho ...Nozipho : (ebamatasa ) nginganenzela okudliwayo mashezi :(ngokukhathala ) ngenzeli nkomishi yetiye ..Gumede: cha mina ngi right ndodakaz ngisaphindela khona futhi esbhedlela cela nje ungibhekela unkoskaz ...kuqhamuke uGloria : sanibona...Gumede: (ngolaka ) ngiyalingwan kodwa usela wena ntombazane ndini ..Gloria:(ezama ukuchaza) cha baba mina ngize la ngoba mina nobafana si...Gumede:(emgena olimin ) angifun nakuzwa k*t nenzan kuphela phumu phele mangibuya la ngingayi fici lemconjwana yakho la siyezwa..mashezi : baba yehlisu Moya akesilinde ubafana ...Gumede :(ngolaka) ngehlisu Moya wani yey wentombazane esho ebe ehamba ephuma ngonyango ungumende .

Kusesbhedlela kubonakala ngendoda mphini ezifihle ebusweni ihamba iqalaza emagumbini eziguli ..kusondele unogada singakusiza bhuti.. indoda : ngifuna la kunomfana ka Gumede khona ..unogada :(sakukhumbula) ooh usho lowo uzohamba uqonde mawujika nje uzobe usufikile ...L.S.JIYANE

14/02/2024

Kukwa Ndlovu ...
Ndlonvu: nkoskaz kusobala k*t isimo asisihle kahle kwa Gumede ngibonuk*t siye esibhedlela siyoba Seka kulesiskhat esinzima kangaka ....mamhlongo: uqinisile baba no nomasonto ukhathazekile akengilungisek ukuze sihambe

Kusesbhedlela uGumede utotobisa umkakhe umashezi babheke emontweni phela sebemdedelile ukuba ayolulamela ngase khaya kuqhamuke abakwa ndlovu....Ndlonvu : hau Mlingan kanti kwenzakalan ...Gumede:(ngomunyu)ei kubi Nami angaz nok*t ngiqalep izinto zimanxapheshu ...ndlovu:(emdonsele celeni) ei mlingan phela ngihamba nonomasonto la ingabe lomfana bafana usekhaya phela ukhathazelile ngaye...Gumede:(zivele zehle inyembezi) uba..fana usesbhedlela sikhuluma nje ulwela impilo yakho ...kumemeze uNomasonto kulowo mzuzu ...Sonto:(ngoku xakeka) baba kanti uphi ubafana why engekho la ...abheke phansi uNdlovu ..Ndlovu: (ngamahloni) nkoskaz cela nibuyele ekhaya ngizofike ngilandise kahle mangifika ...Sonto:(ngokumangala) baba kanti kwenzakalan la ?...manjomane:(ebambu noSonto) yehlisu Moya mntanam akunjengob ucabanga asambe sibuyele khaya sozwa ngobaba k*t kwenze njani ...Gumede: (ekhokhu monya )ntanga ngisaphuthumisa nangu nkoskaz ekhaya ngizobe sengiphenduka ngoku shesha cela ungibhekele lomfana bazoku tshengisa abahlengi egumbi alele kulo...Ndlovu:(embambatha emahlombe )khululeka mlingan ngizo kwenza njalo.

Kuse Mbumbulu umjex ufonela inkab zakhe Mjex : hallo ingabe u plastic lowo wendoda ngicela ungihlanganisela majita ngidukelwe I oledi ntanga ok sohlangana endawen yethu ntambama avali foni

Kusobombo ugumede usemontwen kukhali foni hau ubheseni : ☎️ we Gumede usumtholi lomfaz na....Gumede : yebo kodwa angikho eduze kwakhe ...bheseni:☎️kuyemele umbuzek k*t wanzan mhla ehamba kuwe....gumede : (ngok*thuka) khona akwenza fut ok ngizombuza....Kusesbhedlela kukhali mshini phela kuse gumbini la kulele khona ubafana uNdlovu uhleli eduze kombhede ...Ndlonvu:(embambe ngesandla) nqina ndoda yilwa ndodana siyakudinga ...L.S.JIYANE

01/12/2023

sengibuyile

Address

Jiyane Street
Ethekwini
JIYANE

Telephone

+27727479122

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Awuphinde Jiyane stories posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category