Kha7Light

Kha7Light Business Administration || Tutorials || Entertainment || Skin Care Products || Music || News Updates
(13)

Snake (πŸ‘πŸΏ) _OR_ Tiger (❀️)
18/06/2026

Snake (πŸ‘πŸΏ) _OR_ Tiger (❀️)

You extinguish(❀️) ... OR ...You runaway(πŸ‘πŸΏ)???
18/06/2026

You extinguish(❀️) ... OR ...You runaway(πŸ‘πŸΏ)???

EZIHAMBA PHAMBILI============================================Akasekho eqenjini leMKP uDuduzile Zuma Sambudla.Lokhu kuvel...
18/06/2026

EZIHAMBA PHAMBILI
============================================

Akasekho eqenjini leMKP uDuduzile Zuma Sambudla.
Lokhu kuvele emva kwePress Briefing, uDuduzile oyilunga le MKP nobuye abe yindodakazi yaMengameli walo leliqembu uxoshiwe bekanye nobenguSpokesperson , uNhlamulo Ndlela.

Laba ababili baxoshwe ngenxa yezinsolo abathweswe zona zokuthi bakhanda uqhekeko kuleliqembu.

Lokhu sekudale enkulu impikiswano ezinkundleni zokuxhumana, abanye bathi lokhu okwenzakalayo kufanele ngabe kade kwenzeka, kodwa abanye bayazwelana nalamalunga axoshiwe, okubalwa kubo nabantamalunga eEFF.

Enkundleni yokuxhumana i "X" uDuduzile uphawulile ngokwenzeke kuye, wagxeka amalunga eMKP ngokungawazi nokungawuqondi uMthethosisekelo waleliqembu.

UDuduzile akagcina nje kuphela ngokugxeka iMKP, uye waphetha ngokuthi athi uNhlamulo Ndlela (axoshwe naye) usanguye uSomlomo waleliqembu, wayivala ngokuthi "Signed: Founder" , esho ukuthi usekhulumile yena (Duduzile) njengomsunguli waleliqembu.

============================================
Ngabe bekufanele iMKP ikwenze lokhu?πŸ€”
Kuthini ukuphawula kwakho ??? πŸ€”πŸ€”πŸ€”

EZIHAMBA PHAMBILIIqembu leSizwe leNingizimu Afrika iBafana Bafana, lizodlala neqembu leSizwe laseCzechia namhlanje e-Ant...
18/06/2026

EZIHAMBA PHAMBILI

Iqembu leSizwe leNingizimu Afrika iBafana Bafana, lizodlala neqembu leSizwe laseCzechia namhlanje e-Antlanta Stadium ngo 18h00.

Asibafisele inhlanhlaπŸ™πŸΏ

Sengathi angatholakala πŸ™πŸΏπŸ™πŸΏπŸ™πŸΏ
17/06/2026

Sengathi angatholakala πŸ™πŸΏπŸ™πŸΏπŸ™πŸΏ

Hi bhuti Mandla sicela usizo lwakho nakubalandeli bakho. Silahlekelwe ubhuti wethu uThabani Nyawo, wahamba wathi uyofuna umsebenzi Ermelo wabuya ekhaya wathi kudingakala isbhamu sakhe. Kwaba ukumgcina kwethu ngalolo suku. Bahambile abafowethu beyombheka akutholakali ngisho umkhondo. Icala livuliwe emaphoyiseni. Ngicela niwuhlabe niwulawule sikhathazekile siwumndeni. Izinamba eningazithinta yilezi 0768265933/ 0727549815

Give Him One WordπŸ€”
17/06/2026

Give Him One WordπŸ€”

EZIHAMBA PHAMBILIOngumholi weqembu iDemocratic Alliance uMnumzane John Steenhuisen owayekade wayeqokwe nguMengameli uCyr...
17/06/2026

EZIHAMBA PHAMBILI

Ongumholi weqembu iDemocratic Alliance uMnumzane John Steenhuisen owayekade wayeqokwe nguMengameli uCyril Ramaphosa njengoNgqongqoshe wezolimo (Minister of Agriculture), usehlisiwe kulesisikhundla lokhu kulandela isicelo sikamholi abakwiqembulinye naye uGeordin Hill-Lewis ukuba asuswe esikhundleni.

Emva kokuba asuswe uJohn , kuzoqokwa uWillie Aucamp kulesisikhundla, ebese uMhlonishwa uJohn eqokelwa kwesephini lika Ngqongqoshe woMnyango Wezokuhweba, Izimboni Nokuncintisana. (Deputy Minister of Trade, Industries and Competition).

Kuthini ukuphawula kwakho ngaloludaba !?

EZIHAMBA PHAMBILIIqembu uMkhonto WeSizwe Party uzoba nomhlangano nabezindaba kusasa emini ngo 12h00 , sizokwethulela kwi...
17/06/2026

EZIHAMBA PHAMBILI

Iqembu uMkhonto WeSizwe Party uzoba nomhlangano nabezindaba kusasa emini ngo 12h00 , sizokwethulela kwiComment Section okuzobe kukhulunywa.

Uma ucabanga yikuphi okuzokhulunywa ngakho???

πŸ₯ΊπŸ₯ΊπŸ₯Ί
17/06/2026

πŸ₯ΊπŸ₯ΊπŸ₯Ί

Top 10 African nations cancelling South African artists from shows.

1) Kenya πŸ‡°πŸ‡ͺ
2) Ghana πŸ‡¬πŸ‡­
3) Zimbabwe πŸ‡ΏπŸ‡Ό
4) Nigeria πŸ‡³πŸ‡¬
5) Zambia πŸ‡ΏπŸ‡²
6) Malawi πŸ‡²πŸ‡Ό
7) Tanzania πŸ‡ΉπŸ‡Ώ
8) Cameroon πŸ‡¨πŸ‡²
9) Mozambique πŸ‡²πŸ‡Ώ
10) Ethiopia πŸ‡ͺπŸ‡Ή

Original post: Top 10 all things Africa
Recently a south African minister complained South African artists were cancelled and shows terminated due to the Xenophobia in South Africa πŸ‡ΏπŸ‡¦

Nice one Africa! We are proud of you. More African nations to join soon.

EZIHAMBA PHAMBILIOwayelilungu lephalamende loMkhonto WeSizwe Party, nophinde abe nguNdodakazi kaMongameli walo leliqembu...
17/06/2026

EZIHAMBA PHAMBILI

Owayelilungu lephalamende loMkhonto WeSizwe Party, nophinde abe nguNdodakazi kaMongameli walo leliqembu useveze ukuthi seziningi izinkomba zokuthi engahle axoshwe kuleliqembu.

UDuduzile ebhala ezinkundleni zokuxhumana kwi "X",ukhale ngokuthi iMKP ayimufuni umuntu ophawula ngeqiniso ngendlela asuke ezizwa ngayo, kungenjalo iyamxosha.

Sizokhumbula ukuthi uDuduzile Zuma futhi usanda kuveza ukweseka kwakhe uMongameli weEFF uJulius Malema ezinkundlenj zokuxhumana waze wafakazelwa nayilungu lePhalamende leEFF uMnumzane Carl Niehaus.

Kuthini ukuhlaziya kwakho ngaloludaba !?

Address

Richards Bay
3886

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kha7Light posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Kha7Light:

Share