Imbongi yakwa mdlalose

Imbongi yakwa mdlalose Ikusasa alaziwa jabhisa izitha zakho
Oledi lam ❤️🕊️🕊️🕊️😭
Tymer Lami 🕊️❤️❤️😭😭
23/01/200* every year

30/07/2025

.nginikeni I ipeni ngibhale ngaloluthando...🫂🥹✍️

Nginike lon lodwa ipeni✍️🥹
Ngoba ngifuna ukubhala
Ngomuntu oyedwa🥹🫂✍️
Lomuntu engikhuluma
Ngaye ilo esentlizweni yamm🥹🫂🫶🏾

HaYi nginikeni ngampela lelipeni,
NgYayithanda le ngane🥹✍️🫶🏾❤️
Hayi sengibonga umdali angiphe
Umuntu ofana nawe empilweni yamm
❤️🫶🏾🥹Lengane ingenza ngibhale inkodlo
EheYeka ngamagama asho kancane athi
🗣"Ngyakuthanda dali"🥹🫂❤️

Nginikeni ipeni ngibhale ngendlela
Engizizwa ngiYiYona Uma ngihleli
NaYe❤️🤞🏿😭.uma ngihleli naYe ngizizwa
Nisemafini ngijubalala izwelonk🤞🏿❤️🫂
Ngathi ngingabamba izulu ngesendla
Uma esengibamba🫂🩷👈

Obhalile.... Siyabonga mdlalose imbongi yothanda nosizi🥹 🫂 🫶🏾

20/07/2025

Uthando luyabekezel❤️🤞

Uthando lufun isinek❤️
Uthando lufun inhlonipho❤️🤞
Uthando lufun nom usuzwa ukuthi uyahlulek kodwa uyibamb yiqine❤️

Uthando lufun waz ukuthi ufunan empilweni😥❤️
Uthando lufun umnt ongek adikil nom sekunzim💔😥🤞
Uthando lufun umnt okwaziy ukuzehlisa nom waz ukuthi awunalo iphutha💔😥🤞

Uthando lufun umntu okwaz ukubambisan nabany abantu❤️💔😥
Uthando lufun ukuzithob kwakho njer❤️
Uthando lufun inhliziyo yakho ❤️

Oyibhalile🤦🤞❤️

imbongi yakwa mdlalose

20/07/2025

NGIFIKE KANJANI LANA😭⚰️

THULA THULA 🤔 VALA UMLOMO NDONDA 🙅 WENA AWUSENAKUBUZA LUTH🕊️
LIKUSHONELE ENDLELENI⚰️USATHI UDLA UBUSHA BAKHO 💔UNGALALELI UYIHLO NONYOKO 😢
BHEKA MANJE USUYAKHALA😭 THINA SIBONILE UKUTHI WENA 👉 KWAMHLABA AWUHLONIPHI 🙅 BEKUTSHELA UYIHLO NONYOKO 😢 UKUTHI KOWAKITHI UMUZI AKUPHUNYWA NGOMNYAMA😭 WENA👉WADAZA INKANI 😠 BEKUTSHELA NGATHI AMADLOZI AKHO 🕊️ UTHI WENA BENGAKUTSHENI NGESIDALA 😭

WENA BEKUKUFANELE UKUFA👉⚰️
WENA BUZIPHETHE UBONA UMSEBENZI NYANA NEMALI OYIPHIWA YITHI ⚰️🕊️ WEHLULEKA NOKUNAKA UYIHLO NONYOKO KWAMHLABA 👉😢
THULA THULA 🤔 UTHI DUU NAMHLANJE SOWATHETHA KUZE KUSE AMACALA AKHO 🕊️ USEDELELE KAKHULU 🤔 SINGOBABA MKHULU DAKHO👉⚰️ AKUSEKUSH WELEZA LAH🕊️

NDODANA UBUDLILE UBUSHA BAKHO BAZE BADLA WENA UQOBO⚰️👉🤦 LWAKHO

KUNGANI NINA ZINGANE ZAMA 2000 KUFANINA NISHIYE ABAZALI EMUMVA⚰️NDODANA YINI OYAZIYO NGEMPILO 🤔NGABE UHLONIPHILE UYIHLO NONYOKO NGABE AWUKHO LANA 👉😭 KITHI THULA 🤔 THULA 🤔 UNGAKHALI UKUKHALA KWAKHO AKUSASIZI LUTHO 🕊️ USULITHONGA MANJE ⚰️WENA UYOLWELA OBASHOYE EMUMVA SIZOKUFUNDISA UKULWA🕊️ NEZITHI ZOMNDENI NGOKUKAMOYA🕊️

SIYAKWEMUKELA NAMHLANJE 🙏WOZA NDODANA 🕊️ KWAMHLABA WEHLULEKILE ⚰️AKUSENAKUBUYELA 🕊️ UKUTHI FIKE KANJANI 👉LANA 😭 AKUSASIZI LUTHO AMALUNGISELELO AKHO OKUFIHLA IDOKODO⚰️ELINGUMZIMBA WAKHO😢 KWAMHLABA ASEQALILE ⚰️SYAKUTHUMA UKUBA UME NATHI UBABHEKE UBAVIKELE ABAZALI BAKHO 👉🕊️NGOBA WEHLULEKA UKUBALALELA USULIDLOZI MANJE MZUKULU USUMDALA🕊️ WENA KUNBAZALI BAKHO 👉NABAKWENU KWAMHLABA🕊️🕊️🕊️WOZA UPHUMULE NATHI

BY imbongibyakwa mdlalose🙏 SONKONDLO

20/07/2025

NGYAXOLISA 🙏🙏

Ngyaxolisa bekungamele kuhambe yena ⚰️🪦
Bekumele Kube yimi esikhundleni sakhe🪦💔
Ngixolisa kangiphezi😭😭
Ngiyazi lokhu akunakuxolekwa kalula😭💔

Kepha nami angazi kwenzakaleni🙏🤭
Ngibone esephophoza igazi🩸🩸
Esephefumula ngenxeba
Ephefumula into engapheli😭💔

Ngixoleleni🙏😭ngiyanxusa💔
Ngimxusa izolo kwenu🙏😭
Nginxusa isineke senu💔😭
Nginxusa ukuza uthando❤️lwenu futhi🥰🥺
Nginxenxa nginxusa ngiphindelela💔😭🙏🥰...

Imbongi yakwa mdlalose

20/07/2025

Dear Ɛx Yamii💔

Sivaliwe isahluko,
Sothando lwethu
Kwavulwa ikhasi,
Lobuhlungu nezinyembezi,
Izinkumbulo ziyalibala,
Njengokuhleba,
Okulangazelela 💭,
Indaba yethu yothando,
Eyake yaba namandla,
Manje seyashabalala,
Ngokuhamba kwesikhathi
Isikhumbuzo esibabayo,
Salokho okungasoze,
Kwaba okwami ​​💔,
Sadansa ngaphansi
Kwezinkanyezi,
Ngezinhliziyo ezigcwele,
Umlilo🔥 wothando.

Sasithembisen ukuthi,
Uthando lwethu,
Alusoze lwakhathala 💕
Luyohlala ingunaphakade,
Kodwa kuze kube phakade,
Kwavela kwadlula,
Kusale izibazi,
Ngikhumbula uhleko,
Izinyembezi,
Nobusuku obungapheli 🌃

Ukumamatheka kwakho,
Kwakumsebe wokukhanya,
Kwelanga,
Ezinsukwini zami,
Zobumnyama,
Wawufika njengokukhanya,
Kwemisebe yelanga,
Kodwa impilo,
Yasihlukanisa
Njengamagatsha
Esihlahleni 🌳,

Izindlela zethu,
Zaphambuka,
Futhi uthando lwethu,
Lwalu ngenakukhululeka
Savalelisana,
Lapho inhliziyo,
Yam' igcwele ubuhlung

Isikhathi siziwapholisa,
Amanxeba,
Kepha izibazi zihlala 🏥,
Njengezifundo ezifundiwe,
Ungifundise ukuthanda,
Ukudedela nokukhula 🌱,
Futhi noma sihlukene,
Inhliziyo yami,
Isakubambele amaphutha.

Dear Ex Yami,
gikufisela okuhle,
Kodwa Ayi Nami
Kwangathi uhambo lwakho
Lungakhanya,
Yazi lokhu ngizovuka,
Kulomlotha wothando,
Lwethu,
Ngiqinile futhi ngithole,
Uthando oluzongithanda,
Usuku nosuku,
Umzuzu nomzuzu,
Ihora nehora,
Kuze kube phakade,

Imbongi Yakwa mdlalose😭😭😭

20/07/2025

Lalango xolo oledi Lami 🕊️🕊️🕊️❤️😭😭

ikhona ukuthi iskhathi
Sesi shayile intando
Yankulunkulu seyenzekile
noma ukufa kwakho k**i
zumile lala kahle qhawe
Lama qhawe umsebenzi
wakho uwqedile Indima
yakho uydlalile Nkosi
Siphe amandla anga
phezu kwalawa lala
uphumul enxiben lakho
loku gcina

By
Imbongi yakwa mdlalose

20/07/2025

Lalango xolo Tymer Lami 🕊️❤️😭😭

ikhona ukuthi iskhathi
Sesi shayile intando
Yankulunkulu seyenzekile
noma ukufa kwakho k**i
zumile lala kahle qhawe
Lama qhawe umsebenzi
wakho uwqedile Indima
yakho uydlalile Nkosi
Siphe amandla anga
phezu kwalawa lala
uphumul enxiben lakho
loku gcina

By
Imbongi yakwa mdlalose

20/07/2025

UNGISHIYE NGISAMTHANDA💔😭

Inhliziyo 🫀 ibisimamukele ngezimhlophe🤲,
Ithemba bese likuye yedwa🥺♥️,
Kanti nenqondo🧠ibisicabanga
Yena ngasosonke isikhathi 🧭.

Kepha uguquke esthubeni,
Bekungathi imibala yonwabu🦎,
Phela ngim'thole ethembisa
Ukunginika uthando engilidingayo🥺♥️
Kanti Naye wathembisa ukungithanda❣️💟
Okwanguna phakade🤗🥰🌎
Kodwa angazi kushintshephi lokho♥️💥🔥,
Kodwa yena ngisamthanda 💞🥺
Futhi ngohlezi ngikuthanda♥️🌎
Uma nenhliziyo🫀🔥isamthanda🌹🤍

By

Imbongi yakwa mdlalose ❤️💖🫀

20/07/2025

Mama nawe baba nivume kanjani 😭😭😭🕊️🕊️🕊️❤️💖

yazi ngike ngihlale 😭💔😭ngicabange😭💔💔imicabango eyahlukahlukene💔😭😭 ngizibuze ngizibuza 💔😭😭ukuthi kungani ninganqabanga 💔😭😭kungani nakhetha uk**ishiya sisodwa 💔😭kungani ninganqabanga nezimpilo zenu💔😭😭kungani ningafunanga uk**ibona ngamehlo enu siphumelela 💔😭😭namanje ngiyazibuza ukuthi nivumee kanjani💔😭😭🕊️

Yazi imicabango iyaye ingivakashele 😭🕊️💔ebusuku kuphele ubuthongo 💔😭🕊️🕊️ngizibuza ukuthi 🕊️😭😭kazi sizophila ngani 😭🕊️ngoba Nin zithandani nikhethe ukufulathela kulomhlaha nasishiya 😭💔🕊️🕊️

namanje ngisazibuza ukuthi 💔🕊️Uvume kanjani??💔🕊️

Ibhalwe imbongi yakwa mdlalose💖😭😭😭🕊️🕊️

20/07/2025

Njabulo yami❤💐

Muntu wami wena ❤💐
Uyinjabulo yaphakade noma❤💐
Abantu bangazama uk**ihlukanisa❤💐
Kodwa wena uyohlezi uyinjabulo yami❤💐
Phela ngyabezwa onondaba❤💐
Bayakhuluma ngothando lwami❤💐
Nawe.bayabuza ukuba ngabe❤💐
Siyophelelaphi na❤💐

Kanti ke abazi ukuthi mina❤💐
Nawe sigibele icola yothando❤💐
Icola yaphakade phela noma❤💐
Brngakhuluma thina sizokwenza engathi❤💐
Asizwa lutho phela ngisho ❤💐
Nezinyoni zezulu nazo ziyazi❤💐
Ngothando lwam nawe❤💐

Mina sthandwa sami ngyakthanda❤💐
Inhlzizyo yam iyajabula ngoba❤💐
Wen uyiphethe kahle❤💐
Ngyabonga ngothando ❤💐
Ongipha lona mihla namalanga❤💐❤🌺

Imbongi yothando nosizi olujulile 💖

-emhlabeni ngifunde nokuthi ayikho into okumele uzisole ngayo zitshele ukuthi bowungazi ,ubonile,ufundile ,ukhulile & fo...
26/06/2025

-emhlabeni ngifunde nokuthi ayikho into okumele uzisole ngayo zitshele ukuthi bowungazi ,ubonile,ufundile ,ukhulile & forgive yourself. Then let it go and be yourself🌟🥰🫵🏿.

Address

P. O. BOX Hillcrest 3650
Pinetown
2207

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Imbongi yakwa mdlalose posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category