Izinkondlo qhakaza mbali yami

Izinkondlo qhakaza mbali yami Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Izinkondlo qhakaza mbali yami, Grocers, Amanzimtoti40661, KwaGamalakhe.

24/10/2024

Followers guys ❤️🤲 plz

24/10/2024

MHLA NGITHULA. MHLANGITHULA KUYOCWEBA IZIZIBA .USUKU LWAMI LUNGAFIKA NOMA ININI. ANGIQONDILE UKUNIKHALISA KEPHA NGIZAMA UKUHLAKAZA AMAQINISO. SENIYONGIBUKA EZITHOMBENI .NINGAKHALI KUZODLULA UKUFA KUDALIWE KODWA AKUJWAYELEKI .KUYOBE KUYINTANDO KA NKULUNKULU
UYOBE ESEHLELILE NGAMI .NGIYOBE SENGIYIMBEWU IMBALI ENGABUNI.SEBGIWUTHWELE NGESIFUBA UMHLABATHI KUTHIWA UTHULI OTHULINI

24/10/2024

Part 1. Dear nhliziyo Yami Yazi inhliziyo Yami❤️iyaqala ukugxumagxuma kuhle kwamathole ebona unina umangicabana ngawe mtanomuntu❤️❤️Phela wena uyingelosi Kimi uyisibusiso senjabulo phela wena ungowehlukile.ngobuhle uyimbali eqhakaza ngaphakathi Kimi wena uyingelosi ephila emhlabeni izenzo zakho ukhethe mina nami ngakhetha wena ngoba wena usuphenduke unkulunkulu wami. mina sengikholelwa kuwe. Qhubeka nhliziyo Yami sujubalale kuhlek kwamajuba amhlophe singashiyani. OBHALILE IMBONGI ENGAFUNDILE

Address

Amanzimtoti40661
Kwagamalakhe

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izinkondlo qhakaza mbali yami posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category