𝕌𝕜𝕦𝕥𝕙𝕒𝕕𝕨𝕒 𝕒𝕓𝕒𝕫𝕒𝕝𝕚 𝕓𝕒𝕜𝕙𝕠

𝕌𝕜𝕦𝕥𝕙𝕒𝕕𝕨𝕒 𝕒𝕓𝕒𝕫𝕒𝕝𝕚 𝕓𝕒𝕜𝕙𝕠 Simphiwe Ow Maguluva󱢏
󰟣󰟤󰟥󰟦󰟫­󰟭󰟰󰟱󰟳󰟴󰟵󰟵󰟶󰟷󰟸󰟹󰟺󰟼󰟣󰟨󰟩󰟪󰟫­󰟬󰟮󰟯󰟰󰟱

17/04/2025

KUBUHLUNGU UKUZODWA UMAMA OKUZALAYO,KUNZIMA NGISHO NOKUDLA UKUDLA NGOBA NAKHO KUYAKHULUNYELWA MAYEBUY EMSEBENZIN NGIZE NGIFIS SENGATHI AKANGIFIC NGISHO NASEDLINI LAPHO ANGAZ NOKUTH YIKUPHI LA ENGINGAY KHON NGOB ANGILAZI ICALA LAMI KUMAMA😥😥........😥😥😥

BOSISI BAMI NINENHLAHLA UMA ABAZALI BENU BENITHAND N NANI BATHANDENI😥😥😥

17/04/2025

Ake siyeke uk.gijima ematarven hlala nabazali bakho zodwa amadoda angeke ak.sebenzele phuquka u se yinganne nje nngoba abazali bayas.shiya nanini u bani ongashada intombazana eyidlabha as.zameni u kuzibamba kwezinye izinto u thswala mantombazana yihlazo for thina anclek bayos.shafa njan k sasa indoda uyaphuza nomfazi uyaphuza ndoda iyabhema nawe u yabhema

17/04/2025

Kunzima ukuzodwa ugenzaga luthu uzondelwe abazali bakho ngoba bona beqinile wena usencane bakufaka yonke into abathakathi plz onganalo usizo akasizi bangifaka into engigayazi ukuthi yin inginyiuka esifubeni umqhondo uhamba plz ungishayele kule number uma unalo usizo 0769560261

04/02/2025

Umuntu ozonda inja angeke umthole egodle umdlwane
Ngakho ke...
Ungalindeli ukuthandwa umuntu ozonda abazali bakho😟

04/02/2025

Iphutha
elenziwa osisi nd lesi sifo sihlasele bonke abantu besifazane ukukwazi
ukuthanda amadoda kodwa behluleke ukuthanda abazali bendoda kanti
kuyiphutha lelo nd umzali wendoda aze abone lona obekhona ekuqaleni
ambone engcono kunawe aqale ke naye umzali wesoka ukukubonisa ukuthi
akakufuni nd uma ungamukelwanga abazali bendoda loyo mshado akusho
ukuthi uzophela kodwa kusengenzeka noma yini ngoba leyondoda iyehluleka
ukubambelela kuwe ngoba mhla uyonile ivele iqhathanise okushiwo abazali
bayo nalokho okwenzayo bese iqala ke ithi kanti umama wayeqinisile
ahlabe ke lawo mazwi kuqala lapho ke uku phantsha kwesondo lokuqala
kuleyo relationship.nanka amanye ama tips angakwakha uma ufuna
ukuthandwa abazali besoka.

1 uma lihambisa imali ekhaya ekufikeni kwakho ungakuguquli lokho noma
lithi liyayeka ungavumi ayoqala avele amagama angemahle.

2.uma indoda yakho ijwayele ukuya kubo ibingamthengeli umama wayo
okokugqoka akulula endodeni ukuthengela umama okokugqoka yazi bonke
osize kusuka esicathulweni sakhe kuze kuyofika ngenhla bamba iqhaza
ekwenzeni umama okuzalele isoka abe muhle.

3.uma ufika kubo kwesoka lakho okokuqala amehlo akhe asuke ethe njo
ekutheni"NGZOKE NGIZWE KE NAMHLANJE"ungalokothi ufike uthi vosho
embhedeni akusikho kini laphayana hlala okhukhwini or ndlala ithawula
lakho.nd uma uxoxa naye gwema ukuhamba phambili ngenkulumo uyoze abone
ukuthi awazi lutho.uma uvuma ungasho ukuthi oh.atleast akube eh mama
ngiyezwa.

4 uma nibobili nesoka elawini yekela ukuhleka ugegetheke gqwe .gqwe.gqwe
.gqwe kuze kuzwe umama ezithungela izibopho zotshani ngaphansi kwendlu
hleka kahle bayoze bafunde okunye ngawe

5 ungavumi ukuphakela abantu uma ungakafundi kahle amabhodwe ekhaya bazo
complainer labo sisi abazala kuphela lapha emakhaya nikeza omunye
aphake kodwa ungalibali ukuthi ulitshele lelisokana lakho ukukwakhela
owakho wedwa nawo kunemibandela ngzongena kuyo kokuzayo

AYIPHELILE SOYIQHUBA NGELINYE ILANGA NGOBA AKUWONA ONKE AMADODA ENZA
OKUFANE

04/02/2025

Kubuhlungu ukuthandwa abangani abazali bebe bekhala ngawe🤞
ungakuvumeli kwenzeke lokho🙏

04/02/2025
✝️
21/01/2025

✝️

25/12/2024

Marry Christmas 🌲

Address

Clermont

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when 𝕌𝕜𝕦𝕥𝕙𝕒𝕕𝕨𝕒 𝕒𝕓𝕒𝕫𝕒𝕝𝕚 𝕓𝕒𝕜𝕙𝕠 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category